LyricsLoduma Izulu

Joyous Celebration

Last update on: July 22, 2017
No translations availableNo translations available
These lyrics are waiting for review
Thobani Mqadi suggested changes to these lyrics.

Bhekani kuJes' onguMholi-ke, Nophiwa amandla nguyena, he. UJesu unathi ngoMoya la, Kepha-ke ngale sizombona, he. Yebo, bakithi, sombonga, he Loduma izulu linkeneze, nke UJes' ufanel' ubukhosi nje, Ehe, wodunyisa phezulu le. Siqonda ekhaya, nuthini na? Masingathiyeki ngalutho la! Nxa sikholwa lapha, sibona le, Sohlala noJesu, kukuhle hle x2 Yebo, bakithi, sombonga, he Loduma izulu linkeneze, nke UJes' ufanel' ubukhosi nje, Ehe, wodunyisa phezulu le.

No translations availableNo translations available
  • 17

Last activities

Synced byThobani Mqadi

Musixmatch for Spotify and
Apple Music is now available for
your computer

Download now