Dernière mise à jour le: 21 juillet 2017
Ces paroles sont en attente de révision
Erald suggested changes to these lyrics.
#together against coronavirus

Golgotha Ngizobambelela kusona (Isiphambano) Ngize ngizuz' umqhele wami. (Repeat four times) Ungisizile nkosi yami! Bengizokubona nini Konke lokhu okuhle ongenzele kona Ungenyulile nkosi yami! Bengizokubona nini Konke lokhu okuhle ongenzele kona. Awubheke ekhaya lami Kunenhlanhla lami Inhlanhla yami Isekhaya yami Ikhaya lami. Ungeke wayithola Ungeke wayithola inhlanhla yami Amasela awasangeni ekhaya lami Uvalo alusangeni ekhaya lami Ungehla unyuka uyifuna Ungeke wayithola inhlanhla yami EGolgotha eGolgotha Entaben' eGolgotha. Umthwalo wezono zami Wasal' eGolgotha Umthwalo wezono zami Ngawushiy' eGolgotha Amacala ami Asal' eGolgotha Sengihamba ngikhululekile EGolgotha. EGolgotha eGolgotha. (Repeat) Inkazimulo! Kuyakhanya inkazimulo.

  • 1

Dernières activités

Synchronisées parErald

Musixmatch pour Spotify et
Apple Music sont désormais disponible pour
votre ordinateur

Télécharger maintenant